Connect with us

Songs

Voicemail – Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla

Acquire Download Link of Voicemail – Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla MP3, Voicemail – Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla MP4 Video and Voicemail – Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla Lyrics for FREE!

Published

on

Voicemail - Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla Mp3 Download

Voicemail - Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla - Download Voicemail - Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla Mp3 Song Music to your devices with 320kbps ultra high quality audio for Free at Mp3Juices. You may also find the complete lyrics of Voicemail - Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla and video clip as well. All the songs provided are belong to YouTube, we do not host any single of songs and music on our website, Enjoy Downloading!

Voicemail – Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla

Title Voicemail
Artist Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli, and Xowla
Album Voicemail
Year 2022
Duration 4:39
File Size 4.26 MB
File Type MP3
Audio Summary 44100 Hz, stereo, s16p, 192 kb/s
Source YouTube Music

Download MP3

Lyric of Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli, and Xowla - Voicemail

Ngik'thol'efonini (Nkabi records)

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)

Ikhal'epalini, dali wami voicemail
Uban' lomlungu ophendulayo my baby?
Indaba yakho yok'hamb' eb'suku ngay'meli
Ngicela indlela mangabe ithando lwami awuneli , yelele mama
Mangabe lento yakho ayipheli ay'heh
Sthandwa sam', dali wami lala ngalele
Singene court, thetha amacala noma ngamele
Ngik'jabulise, mangabe awunami ngcono ungitshele
Ma takeaway,nanga amabodo ekhaya awupheki

Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)

Ngiyazi ukuthi u-busy mhlambe dali wame
Kodwa dali bamb' ifoni
Mhlambe i-network ayikho dali
Or maybe uzong'shaya ngey'tori
Dali soze ngithand' omunye umuntu phela dali ngoba sisuka kude
Kodwa bamb' ifoni dali ngoba phela mina ngik'khumbule
Kuloko ngizama nje, ngik'funa angik'tholi
Wena awusabambek', usiyi superstar uyi ghost-i ma

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)

Weh lovey
Ngifuna ukhumbule ukuthi mina nawe dali safunga phamb' kwe altar
Ukuthi okwam' owakho, okwakho okwami
Wena uyi sthandwa sami, noma ngibheda sometimes
Noma ngibheda usangithanda
Nasembhedeni uyangilapha dali

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)

Voicemail - Big Zulu, Mduduzi Ncube, Lwah Ndlunkulu, Siya Ntuli & Xowla Video Clips:

Related Posts