Connect with us

Songs

Malaika Dali Wami

Find Download Link of Malaika Dali Wami MP3, Malaika Dali Wami MP4 Video and Malaika Dali Wami Lyrics for FREE!

Published

on

Malaika Dali Wami Mp3 Download

Malaika Dali Wami - Download Malaika Dali Wami Mp3 Song Music to your devices with 320kbps ultra high quality audio for Free at Mp3 Juice. You may also find the complete lyrics of Malaika Dali Wami and video clip as well. All the songs provided are belong to YouTube, we do not host any single of songs and music on our site, Happy Listening!

Malaika Dali Wami

Title Mhla' Uphel' Amandla
Artist Malaika
Album Malaika
Year 2003
Duration 5:21
File Size 4.9 MB
File Type MP3
Audio Summary 44100 Hz, stereo, s16p, 192 kb/s
Source YouTube Music

Download MP3

Lyric of Malaika - Mhla' Uphel' Amandla

Hho, wangiphox' udaliwam'
Hho, wangishiy' uswithiwam'
Ngenxa yokuthi, awu seyiphelil' imali yami
Oh oh wang'biza, wang'biza, wang'biza, ngamagama
Wang'tshela kuthi, sengithole abangcono

Dali wam'
Wangibuka, wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

Dali wami
Wangibuka, wanginyanya
Hhe, uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

A ngithi phel' amandla (Phel' amandla!)
Phel' amandla (Phel' amandla!)
Ngithi phel' amandla (Phel' amandla!)
Phel' amandla (Phel' amandla!)
(Hhe, uzong'khumbula, mhla uphel' amandla)

Hhayi aphel' amandla (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iye! (Phel' amandla!)
(Uzong'khumbula, mhla uphel' amandla)

Waphuma wahamba
Wathi 'Ngiy' eGoli'
Wangibhekelisela phansi, we s'thandwa sam'
Wakhuluma kabi ngomkhukhu wami Ma
Ikhayalethu, 'khayalethu weBabo

Awu kodwa s'thandwa
Wait a minute, let me finish
Uye wangishiya nengane zethu
Hhe wayokhulisa, hhe wayokhulisa omuny' umuzi weny' indoda

Dali wam'
Wangibuka, wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

Dali wami
Wangibuka, wanginyanya
Hhe, uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

Hayi aphel' amandla (Phel' amandla!)
Aphel' amandla iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iye! (Phel' amandla!)
(Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)

Hayi ya ya ya aphel' amandla
Aphel' amandla iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iyo! (Phel' amandla!)
Aphel' amandla, iye! (Phel' amandla!)
(Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)

Uyeiyeiyeiye!
Awuyeiyeiyeiye!
Haiye (Yeiye)

Awuyeiyeiyeiye! (Phel' amandla!)
Awuyeiyeiyeiye (Phel' amandla!)
(Phel' amandla!) Yelele, yelele, yelele!
Halala! (Phel' amandla!)
(Uzong'khumbula, mhla uphel' amandla)

Dali wam'
Wangibuka, wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

Dali wami
Wangibuka, wanginyanya
Heyi, uzong'khumbula, mhla uphel' amandla

Uyeiyeiyeiye!(Phel' amandla)
Awuyeiyeiyeiye (Phel' amandla!)
Haiye (Phel' amandla!)
(Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)

Malaika Dali Wami Video Clips:

Related Posts