Connect with us

Songs

Umuzi Esandton Music

Acquire Download Link of Umuzi Esandton Music MP3, Umuzi Esandton Music MP4 Video and Umuzi Esandton Music Lyrics for FREE!

Published

on

Umuzi Esandton Music Mp3 Download

Umuzi Esandton Music - Download Umuzi Esandton Music Mp3 Song Music to your devices with 320kbps ultra high quality audio for Free at Mp3Juices. You can also find the complete lyrics of Umuzi Esandton Music and video clip as well. All the songs provided are belong to YouTube, we do not host any single of songs and music on our platform, Enjoy Listening!

Umuzi Esandton Music

Title Umuzi eSandton (feat. Lwah Ndlunkulu)
Artist Big Zulu
Album Ichwane Lenyoka
Year 2021
Duration 4:11
File Size 3.83 MB
File Type MP3
Audio Summary 44100 Hz, stereo, s16p, 192 kb/s
Source YouTube Music

Download MP3

Lyric of Big Zulu - Umuzi eSandton (feat. Lwah Ndlunkulu)

Yeah yeah mama wemama weh
Wemama wemama weh aweh
Ulovey ubaba wasendlini
Angibon' ubaba wasendlini
Ungichaza mayesethi mama
Ngiphendule ngithi babaz
Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton
Kujabhe iy'thingithingi

Maningibonela yen' owami
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' ulove
Nimtshele ukuthi oh yes
Oh yes (Shuni wenkabi, ay)

Simomondiya ngicela uk'qala ngokuxolisa
Kwak'ngeyona inhloso ilabangani bengikhohlisa
Ngihamba ngiyofun' itoho ngithi ngizobuya ngik'bonise
Ngashiya isilond' esingapholi enhlizweni yakho, ngizosipholisa
Kodwa mntanomuntu ngiyaskhumbul' isthembiso
Akuyon' impicabadala komakhelwane suyinhlekisa
Ngizwile nabantwana baphasa ngamalengiso
Mina ngikwaNdongaziyaduma ngilokhu ngidlala aboTsepiso
Abanal' uthando, bahlala bengidl' imali
Bangithanda manginemali, sibuhlabe kusemnyango
Awu kodwa mntanomuntu eyenkumbul' ungayiphathi
Ngiyaz' uthando lunamaphutha, ngicel' ungixolele ungangilahli
Konk' engakusho kuwe, sthandwa ngiyak'khumbula
Ngiyaz' akukho lula, ngangithe kuwe ngizobuya
Lefoni onginike yona, otsotsi bangikhuthuza
Yayi ney'thombe zakho mangiyibuka zingiduduza
Shun wenkabi

Ulovey ubaba wasendlini
Angibon' ubaba wasendlini
Ungichaza mayesethi mamaz
Ngiphendule ngithi babaz
Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton
Kujabhe iy'thingithingi

Maningibonela yen' owami
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' ulove (Shuni wenkabi)
Nimtshele ukuthi oh yes (Ay bheka)

Sponono sami, ngizok'thengel' umuzi eSandton
Ngiyaz' usukhathele uk'shiswa ilanga emkhukhwini
Sufil' amakhaza ngoba indod' ingekho endlini
Ingub' enamehlo ilele ulwembu my lovey
Ngisho nasebusuku ay'sangen' inkonzo
Inkonzo ekamelweni, umfundis' usesaba isonto
Xola sthandwa sami, namakholwa akuzwel' isono
Usazogibel' uN3, ay' ilocal, kubuy' inkolo
Sponono sami, mina ngiyalivuma icala lami
Usungibekezelele, ngiyavuma sthandwa sami
Wawuphek' ungiphakela, ungaphisani ngey'shebo zami
Ubaba wakamakhelwane mayevakasha ungaphaki
Wawuthi mawungibiza, uthi kimi babah
Ngithi mangisabela, ngithi kuwe mamah
Ngangiy' nhlalisuthi ngoba mama wawuphaka
Kodwa langikhon' isingibulele indlala
Shuni wenkabi

Ulovey ubaba wasendlini
Angibon' ubaba wasendlini
Ungichaza mayesethi mamaz
Ngiphendule ngithi babaz
Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton
Kujabhe iy'thingithingi (Yebo yebo yebo)

Maningibonela yen' owami
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' oh
Maningibonela yen' ulove
Nimtshele ukuthi oh yes
Oh yes (Iyabachamel'inja kagogo)

Umuzi Esandton Music Video Clips:

Related Posts